Current Status
Not Enrolled
Price
Free
Get Started

 

Siyakwamukela esifundweni esiqhutshwa nge-inthanethi, “Isingeniso Sezifundo Zezokuphila Nokukhubazeka”. Kulesi sifundo, uzofunda ngomhlaba wabantu abaphila nokukhubazeka. Asifundisi ngakho konke, kodwa uzofunda lokho okuyisisekelo. Sizocabanga ngesakhiwo somphakathi kwezokuphila nokukhubazeka, sihlole izithiyo ezenza impilo yokuphila nokukhubazeka ibe nezinselele, futhi siqonde amalungelo aqinisekisa ukuthi bonke abantu baphathwa ngokufanele. Sizobheka nokudlulisela futhi sixoxe ngezinzuzo zokubandakanya. Lokhu kuyisiqala nje sokuqonda umhlaba wabantu abaphila nokukhubazeka. Masifundeni!

Lokhu okuqukethwe kwadidiyelwa yiShonaquip Social Enterprise (i-SSE). I-SSE iyinhlangano egxile ekuvuleleni ukubandakanya bonke abantu okubandakanya izingane eziphila nokukhubazeka. I-SSE ilawula izinhlelo eziningi zokubandakanya abantu abaphila nokukhubazeka okungezabazali, abafundisa kuma-ECD, osonhlalakahle, amalungu omphakathi kanye nabelaphi.

www.ShonaquipSE.org.za 

Click here to continue

Course Content